View our Breakfast Specials in isiZulu

Mzansi Breakfast special on a white serving plate

Ongakuthola ngesidlo sasekuseni e-Wimpy

Hlala phansi ukuze uthole i-Mzansi Brekkie emnandi noma nini uma usesimweni sokudla kwasekuseni. Kungakhathaliseki ukuthi ulungiselela usuku noma uyaluqeda, iMzansi Brekkie ine-qanda eli-1, ama-rasher amabili we streaky bacon, i-pork banger, ucezu lukatamatisi othosiwe kanye nocezu lwesinkwa esithosiwe etafuleni lakho, ngo-R49.90 kuphela. Okuwukuphela kwento engcono kunentengo ukunambitheka.

A smiling young woman with a large afro hairstyle, wearing a red sweater, holding a smartphone and looking thoughtfully
A double cheeseburger with chips and a soda

Uhlelo lwakho, Ibhulakufesi lethu

Ekuseni noma emini; maphakathi nenyanga noma ngosuku okhokhelwa ngalo - akufanele ulandele uhlelo ukuze ujabulele isidlo sasekuseni esimnandi njengesasekhaya. Yingakho uthola i-Mzansi brekkie kumenyu - noma nini lapho ungena emnyango

Find a wimpy near you
view breakfast menu